< Amahubo 75 >

1 Siyakubonga, Nkulunkulu, siyabonga, ukuthi ibizo lakho liseduze, iyalandisa imisebenzi yakho emangalisayo.
Psalmus Cantici Asaph, in finem, ne corrumpas. Confitebimur tibi Deus: confitebimur, et invocabimus nomen tuum. Narrabimus mirabilia tua:
2 Lapho ngisemukela isikhathi esimisiweyo ngizakwahlulela ngokuqonda.
cum accepero tempus, ego iustitias iudicabo.
3 Umhlaba labo bonke abakhileyo kuwo kuncibilikile; mina ngiqinisa insika zawo. (Sela)
Liquefacta est terra, et omnes qui habitant in ea: ego confirmavi columnas eius.
4 Ngathi kwabayiziwula: Lingabi yiziwula. Lakwababi: Lingaphakamisi uphondo.
Dixi iniquis: Nolite inique agere: et delinquentibus: Nolite exaltare cornu:
5 Lingaphakamiseli phezulu uphondo lwenu, lingakhulumi ngentamo elukhuni.
Nolite extollere in altum cornu vestrum: nolite loqui adversus Deum iniquitatem.
6 Ngoba ukuphakanyiswa kakuveli empumalanga kumbe entshonalanga njalo hatshi enkangala.
Quia neque ab Oriente, neque ab Occidente, neque a desertis montibus:
7 Kodwa uNkulunkulu ungumahluleli, uyehlisa omunye, aphakamise omunye.
quoniam Deus iudex est. Hunc humiliat, et hunc exaltat:
8 Ngoba esandleni seNkosi kulenkezo; lewayini liphuphuma, ligcwele inhlanganiso; iyathulula okwalo; kodwa izibhidi zalo, ababi bonke bomhlaba bazazihluza bazinathe.
quia calix in manu Domini vini meri plenus misto. Et inclinavit ex hoc in hoc: verumtamen faex eius non est exinanita: bibent omnes peccatores terrae.
9 Kodwa mina ngizatshumayela njalonjalo, ngihlabele indumiso kuNkulunkulu kaJakobe.
Ego autem annunciabo in saeculum: cantabo Deo Iacob.
10 Njalo zonke impondo zababi ngizaziquma; impondo zabalungileyo zizaphakanyiswa.
Et omnia cornua peccatorum confringam: et exaltabuntur cornua iusti.

< Amahubo 75 >