< מִשְׁלֵי 13 >
בן חכם מוסר אב ולץ לא-שמע גערה | 1 |
Indodana ehlakaniphileyo iyemukela izeluleko zikayise, kodwa ihlongandlebe kalilaleli nxa likhuzwa.
מפרי פי-איש יאכל טוב ונפש בגדים חמס | 2 |
Umuntu uzuza okuhle ngamazwi omlomo wakhe, kodwa ababi batshisekela udlakela.
נצר פיו שמר נפשו פשק שפתיו מחתה-לו | 3 |
Lowo olinda izindebe zakhe ulinda impilo yakhe, kodwa lowo osuka abhede nje uyazibulala.
מתאוה ואין נפשו עצל ונפש חרצים תדשן | 4 |
Ivila liyafisa kodwa lingazuzi lutho, kodwa izifiso zokhutheleyo ziyagcwaliseka.
דבר-שקר ישנא צדיק ורשע יבאיש ויחפיר | 5 |
Abalungileyo bayakuzonda okungamanga, kodwa izigangi ziletha ihlazo lesigcono.
צדקה תצר תם-דרך ורשעה תסלף חטאת | 6 |
Ukulunga kuyamlinda umuntu oqotho, kodwa ububi buyamchitha oyisoni.
יש מתעשר ואין כל מתרושש והון רב | 7 |
Umuntu angazenza onothileyo, yena engelalutho, omunye azitshaye umyanga, kanti elenotho enengi.
כפר נפש-איש עשרו ורש לא-שמע גערה | 8 |
Inotho yomuntu ingahlenga impilo yakhe, kodwa umyanga uvele kasongelwa muntu.
אור-צדיקים ישמח ונר רשעים ידעך | 9 |
Isibane sabalungileyo sikhanya sithi kla! Kodwa isibane sezigangi siyafiphala ngentuthu.
רק-בזדון יתן מצה ואת-נועצים חכמה | 10 |
Ukuziqakisa kukhokhelela engxabanweni, kodwa ukuhlakanipha kufunyanwa kwabemukela ukwelulekwa.
הון מהבל ימעט וקבץ על-יד ירבה | 11 |
Imali ezuzwe ngobuqili iyanyamalala, kodwa lowo oyizuza ngokuqogelela uyayandisa.
תוחלת ממשכה מחלה-לב ועץ חיים תאוה באה | 12 |
Ithemba eliphuzayo ligulisa inhliziyo, kodwa isifiso esigcwalisiweyo siyisihlahla sokuphila.
בז לדבר יחבל לו וירא מצוה הוא ישלם | 13 |
Lowo oweyisa izeluleko uzibizela ingozi, kodwa othobela umlayo uzaphiwa umvuzo.
תורת חכם מקור חיים-- לסור ממקשי מות | 14 |
Imfundiso yabahlakaniphileyo ingumthombo wokuphila, iphephisa umuntu emijibileni yokufa.
שכל-טוב יתן-חן ודרך בגדים איתן | 15 |
Ukuzwisisa okuhle kuletha ukuthandeka, kodwa indlela yabakhohlisayo inzima.
כל-ערום יעשה בדעת וכסיל יפרש אולת | 16 |
Wonke umuntu ohlakaniphileyo wenza konke ngolwazi, kodwa isiwula sitshengisa ubuthutha baso.
מלאך רשע יפל ברע וציר אמונים מרפא | 17 |
Isithunywa esibi siwela phakathi kohlupho, kodwa isithunywa esithembekileyo siletha ukusila.
ריש וקלון פורע מוסר ושמר תוכחת יכבד | 18 |
Ongananzi ukuqondiswa wehlelwa yibuyanga lehlazo, kodwa onanza ukukhuzwa uyadunyiswa.
תאוה נהיה תערב לנפש ותועבת כסילים סור מרע | 19 |
Simnandi emphefumulweni isifiso singagcwaliseka, kodwa iziwula kazifuni ukutshiya ububi.
הלוך (הולך) את-חכמים וחכם (יחכם) ורעה כסילים ירוע | 20 |
Ohamba lezihlakaniphi uyahlakanipha, kodwa othandana leziwula uwela engozini.
חטאים תרדף רעה ואת-צדיקים ישלם-טוב | 21 |
Umnyama ulandelana loyisoni, kodwa impumelelo ingumvuzo wabalungileyo.
טוב--ינחיל בני-בנים וצפון לצדיק חיל חוטא | 22 |
Umuntu olungileyo utshiyela izizukulwane sakhe ilifa, kodwa inotho yesoni ibekelwa abalungileyo.
רב-אכל ניר ראשים ויש נספה בלא משפט | 23 |
Insimu yomyanga ingathela ukudla okunengi, kodwa umona wabalamandla uyayikhukhula.
חושך שבטו שונא בנו ואהבו שחרו מוסר | 24 |
Lowo ongasebenzisi uswazi uyayizonda indodana yakhe, kodwa lowo oyithandayo unqinekela ukuyiqondisa.
צדיק--אכל לשבע נפשו ובטן רשעים תחסר | 25 |
Olungileyo uyadla asuthe ntintinini, kodwa isisu somubi sihlala silambile.