< Psalms 6 >

1 For the End, a Psalm of David among the Hymns for the eighth. O Lord, rebuke me not in thy wrath, neither chasten me in thine anger.
Nkosi, ungangikhuzi entukuthelweni yakho, ungangijezisi ekuvutheni kolaka lwakho.
2 Pity me, O Lord; for I am weak: heal me, O Lord; for my bones are vexed.
Woba lomusa kimi, Nkosi, ngoba ngibuthakathaka. Nkosi, ngisilisa mina, ngoba amathambo ami ayakhathazeka.
3 My soul also is grievously vexed: but thou, O Lord, how long?
Lomphefumulo wami ukhathazekile kakhulu: Kodwa wena, Nkosi, koze kube nini?
4 Return, O Lord, deliver my soul: save me for thy mercy's sake.
Phenduka, Nkosi, khulula umphefumulo wami; ungisindise ngenxa yomusa wakho.
5 For in death no man remembers thee: and who will give thee thanks in Hades? (Sheol h7585)
Ngoba ekufeni kakukho ukukukhumbula; engcwabeni ngubani ozakubonga? (Sheol h7585)
6 I am wearied with my groaning; I shall wash my bed every night; I shall water my couch with tears.
Ngikhathele yikububula kwami; ubusuku bonke ngintshezisa icansi lami, ngezinyembezi zami ngimanzise umbheda wami.
7 Mine eye is troubled because of my wrath; I am worn out because of all my enemies.
Ilihlo lami lidliwe ngenxa yosizi, liyaguga ngenxa yezitha zami zonke.
8 Depart from me, all ye that work iniquity; for the Lord has heard the voice of my weeping.
Sukani kimi, lonke benzi bobubi, ngoba iNkosi izwile ilizwi lokulila kwami.
9 The Lord has hearkened to my petition; the Lord has accepted my prayer.
INkosi izwile ukuncenga kwami; iNkosi izakwemukela umkhuleko wami.
10 Let all mine enemies be put to shame and sore troubled: let them be turned back and grievously put to shame speedily.
Zonke izitha zami zizayangeka zitshaywe luvalo kakhulu; zizaphenduka, zihle ziyangeke.

< Psalms 6 >