< اَلْمَزَامِيرُ 59 >

لِإِمَامِ ٱلْمُغَنِّينَ. عَلَى «لَا تُهْلِكْ». مُذَهَّبَةٌ لِدَاوُدَ لَمَّا أَرْسَلَ شَاوُلُ وَرَاقَبُوا ٱلْبَيْتَ لِيَقْتُلُوهُ. أَنْقِذْنِي مِنْ أَعْدَائِي يَا إِلَهِي. مِنْ مُقَاوِمِيَّ ٱحْمِنِي. ١ 1
Kumqondisi wokuhlabela. Itshuni ethi, “Ungabhidlizi.” ElikaDavida. Imikithamu. Ngesikhathi uSawuli ethume amadoda ukuqaphela indlu kaDavida ukuze bambulale. Ngikhulula ezitheni zami, awu Nkulunkulu; ngivikela kulabo abangivukelayo.
نَجِّنِي مِنْ فَاعِلِي ٱلْإِثْمِ، وَمِنْ رِجَالِ ٱلدِّمَاءِ خَلِّصْنِي، ٢ 2
Ngikhulula kubenzi bobubi ungisindise ebantwini abomele igazi.
لِأَنَّهُمْ يَكْمِنُونَ لِنَفْسِي. ٱلْأَقْوِيَاءُ يَجْتَمِعُونَ عَلَيَّ، لَا لِإِثْمِي وَلَا لِخَطِيَّتِي يَارَبُّ. ٣ 3
Ake ubone ukuthi bangicathamela njani! Amadoda esabekayo angakhela amacebo kungelacala loba isono engisenzileyo, Oh Thixo.
بِلَا إِثْمٍ مِنِّي يَجْرُونَ وَيُعِدُّونَ أَنْفُسَهُمُ. ٱسْتَيْقِظْ إِلَى لِقَائِي وَٱنْظُرْ! ٤ 4
Angonanga lutho, kodwa balungele ukungihlasela. Phakama ungisize; ake ubone umumo engikuwo!
وَأَنْتَ يَارَبُّ إِلَهَ ٱلْجُنُودِ، إِلَهَ إِسْرَائِيلَ ٱنْتَبِهْ لِتُطَالِبَ كُلَّ ٱلْأُمَمِ. كُلَّ غَادِرٍ أَثِيمٍ لَا تَرْحَمْ. سِلَاهْ. ٥ 5
Oh Thixo Nkulunkulu Somandla, Nkulunkulu ka-Israyeli, ake uzivuse wena ukuze uzijezise zonke izizwe; ungabazweli isihawu bonke abahlamuki ababi.
يَعُودُونَ عِنْدَ ٱلْمَسَاءِ، يَهِرُّونَ مِثْلَ ٱلْكَلْبِ، وَيَدُورُونَ فِي ٱلْمَدِينَةِ. ٦ 6
Bathi bephenduka kusihlwa babe behwabha njengezinja, bahwede bebhoda ledolobho.
هُوَذَا يُبِقُّونَ بِأَفْوَاهِهِمْ. سُيُوفٌ فِي شِفَاهِهِمْ. لِأَنَّهُمْ يَقُولُونَ: «مَنْ سَامِعٌ؟». ٧ 7
Ake ubone ukuthi baphihlizani emilonyeni yabo: baphihliza izinkemba ezindebeni zabo, bese besithi, “Ngubani osizwayo?”
أَمَّا أَنْتَ يَارَبُّ فَتَضْحَكُ بِهِمْ. تَسْتَهْزِئُ بِجَمِيعِ ٱلْأُمَمِ. ٨ 8
Kodwa wena, Oh Thixo, uyabahleka; uyazigqabhazela zonke lezozizwe.
مِنْ قُوَّتِهِ، إِلَيْكَ أَلْتَجِئُ، لِأَنَّ ٱللهَ مَلْجَإِي. ٩ 9
Oh Mandla ami, ngiyakulindela; wena, Oh Nkulunkulu, uyinqaba yami,
إِلَهِي رَحْمَتُهُ تَتَقَدَّمُنِي. ٱللهُ يُرِينِي بِأَعْدَائِي. ١٠ 10
Nkulunkulu wami olothando. UNkulunkulu uzahamba phambi kwami angenze ngiklolode phezu kwalabo abangingcolisayo.
لَا تَقْتُلْهُمْ لِئَلَّا يَنْسَى شَعْبِي. تَيِّهْهُمْ بِقُوَّتِكَ وَأَهْبِطْهُمْ يَارَبُّ تُرْسَنَا. ١١ 11
Kodwa ungababulali, Nkosi hawu lethu, funa abantu bakithi bakhohlwe. Ngamandla akho baphumputhekise njalo ubehlule wena Thixo, sihlangu sethu.
خَطِيَّةُ أَفْوَاهِهِمْ هِيَ كَلَامُ شِفَاهِهِمْ. وَلْيُؤْخَذُوا بِكِبْرِيَائِهِمْ، وَمِنَ ٱللَّعْنَةِ وَمِنَ ٱلْكَذِبِ ٱلَّذِي يُحَدِّثُونَ بِهِ. ١٢ 12
Ngenxa yezono zemilomo yabo, ngenxa yamazwi ezindebe zabo, kababanjwe belokhu bezigqaja benjalo. Ngenxa yezethuko lamanga abawaqambayo,
أَفْنِ، بِحَنَقٍ أَفْنِ، وَلَا يَكُونُوا، وَلْيَعْلَمُوا أَنَّ ٱللهَ مُتَسَلِّطٌ فِي يَعْقُوبَ إِلَى أَقَاصِي ٱلْأَرْضِ. سِلَاهْ. ١٣ 13
babhuqe ngolaka, babhuqe bangabi khona futhi. Lapho-ke kuzakwaziwa lasemikhawulweni yomhlaba ukuthi uNkulunkulu uyabusa phezu kukaJakhobe.
وَيَعُودُونَ عِنْدَ ٱلْمَسَاءِ. يَهِرُّونَ مِثْلَ ٱلْكَلْبِ، وَيَدُورُونَ فِي ٱلْمَدِينَةِ. ١٤ 14
Bathi bephenduka kusihlwa babe behwabha njengezinja, bahambahambe becathama edolobheni.
هُمْ يَتِيهُونَ لِلْأَكْلِ. إِنْ لَمْ يَشْبَعُوا وَيَبِيتُوا. ١٥ 15
Bayazula bedinga ukudla bahlabe umkhulungwane nxa bengasuthanga.
أَمَّا أَنَا فَأُغَنِّي بِقُوَّتِكَ، وَأُرَنِّمُ بِٱلْغَدَاةِ بِرَحْمَتِكَ، لِأَنَّكَ كُنْتَ مَلْجَأً لِي، وَمَنَاصًا فِي يَوْمِ ضِيقِي. ١٦ 16
Kodwa mina ngizahlabelela ngihaya amandla akho, ekuseni ngizahlabelela ngihaya uthando lwakho, ngoba wena uyinqaba yami, isiphephelo sami ezikhathini zokuhlupheka.
يَا قُوَّتِي لَكَ أُرَنِّمُ، لِأَنَّ ٱللهَ مَلْجَإِي، إِلَهُ رَحْمَتِي. ١٧ 17
Oh wena Mandla ami, ngihlabelela indumiso kuwe; wena, Oh Nkulunkulu uyinqaba yami, Nkulunkulu wami olothando.

< اَلْمَزَامِيرُ 59 >