< اَلْمَزَامِيرُ 57 >

لِإِمَامِ ٱلْمُغَنِّينَ. عَلَى «لَا تُهْلِكْ». مُذَهَّبَةٌ لِدَاوُدَ عِنْدَمَا هَرَبَ مِنْ قُدَّامِ شَاوُلَ فِي ٱلْمَغَارَةِ. اِرْحَمْنِي يَا ٱللهُ ٱرْحَمْنِي، لِأَنَّهُ بِكَ ٱحْتَمَتْ نَفْسِي، وَبِظِلِّ جَنَاحَيْكَ أَحْتَمِي إِلَى أَنْ تَعْبُرَ ٱلْمَصَائِبُ. ١ 1
Ngihawukela, Nkulunkulu, ngihawukela, ngoba umphefumulo wami uthembela kuwe; yebo, emthunzini wempiko zakho ngizaphephela, zize zedlule incithakalo.
أَصْرُخُ إِلَى ٱللهِ ٱلْعَلِيِّ، إِلَى ٱللهِ ٱلْمُحَامِي عَنِّي. ٢ 2
Ngizakhala kuNkulunkulu oPhezukonke, kuNkulunkulu ongiphelelisela khona.
يُرْسِلُ مِنَ ٱلسَّمَاءِ وَيُخَلِّصُنِي. عَيَّرَ ٱلَّذِي يَتَهَمَّمُنِي. سِلَاهْ. يُرْسِلُ ٱللهُ رَحْمَتَهُ وَحَقَّهُ. ٣ 3
Uzathumela esemazulwini, angisindise, ayangise ofuna ukungiginya. (Sela) UNkulunkulu uzathumela umusa wakhe leqiniso lakhe.
نَفْسِي بَيْنَ ٱلْأَشْبَالِ. أَضْطَجِعُ بَيْنَ ٱلْمُتَّقِدِينَ بَنِي آدَمَ. أَسْنَانُهُمْ أَسِنَّةٌ وَسِهَامٌ، وَلِسَانُهُمْ سَيْفٌ مَاضٍ. ٤ 4
Umphefumulo uphakathi kwezilwane, ngilala phakathi kwabavuthayo, amadodana abantu, omazinyo abo ayimikhonto lemitshoko, lolimi lwabo luyinkemba ebukhali.
ٱرْتَفِعِ ٱللَّهُمَّ عَلَى ٱلسَّمَاوَاتِ. لِيَرْتَفِعْ عَلَى كُلِّ ٱلْأَرْضِ مَجْدُكَ. ٥ 5
Phakama ngaphezu kwamazulu, Nkulunkulu; ubukhosi bakho bube phezu komhlaba wonke.
هَيَّأُوا شَبَكَةً لِخَطَوَاتِي. ٱنْحَنَتْ نَفْسِي. حَفَرُوا قُدَّامِي حُفْرَةً. سَقَطُوا فِي وَسَطِهَا. سِلَاهْ. ٦ 6
Balungisele izinyathelo zami imbule; umphefumulo wami ukhotheme; bagebhe igodi phambi kwami; bawele phakathi kwalo. (Sela)
ثَابِتٌ قَلْبِي يَا ٱللهُ، ثَابِتٌ قَلْبِي. أُغَنِّي وَأُرَنِّمُ. ٧ 7
Inhliziyo yami iqinisiwe, Nkulunkulu, inhliziyo yami iqinisiwe. Ngizahlabelela ngihube indumiso.
ٱسْتَيْقِظْ يَا مَجْدِي! ٱسْتَيْقِظِي يَارَبَابُ وَيَا عُودُ! أَنَا أَسْتَيْقِظُ سَحَرًا. ٨ 8
Vuka, dumo lwami! Vuka, gubhu lwezintambo lechacho! Ngizavusa ukusa.
أَحْمَدُكَ بَيْنَ ٱلشُّعُوبِ يَارَبُّ. أُرَنِّمُ لَكَ بَيْنَ ٱلْأُمَمِ. ٩ 9
Ngizakudumisa phakathi kwabantu, Nkosi, ngihlabelele kuwe phakathi kwezizwe.
لِأَنَّ رَحْمَتَكَ قَدْ عَظُمَتْ إِلَى ٱلسَّمَاوَاتِ، وَإِلَى ٱلْغَمَامِ حَقُّكَ. ١٠ 10
Ngoba umusa wakho mkhulu kuze kube semazulwini, leqiniso lakho kuze kube semayezini.
ٱرْتَفِعِ ٱللَّهُمَّ عَلَى ٱلسَّمَاوَاتِ. لِيَرْتَفِعْ عَلَى كُلِّ ٱلْأَرْضِ مَجْدُكَ. ١١ 11
Phakama ngaphezu kwamazulu, Nkulunkulu; ubukhosi bakho bube phezu komhlaba wonke.

< اَلْمَزَامِيرُ 57 >