< اَلْمَزَامِيرُ 47 >
لِإِمَامِ ٱلْمُغَنِّينَ. لِبَنِي قُورَحَ. مَزْمُورٌ يَا جَمِيعَ ٱلْأُمَمِ صَفِّقُوا بِٱلْأَيَادِي. ٱهْتِفُوا لِلهِ بِصَوْتِ ٱلِٱبْتِهَاجِ. | ١ 1 |
Tshayani isandla, zizwe zonke, hlokomani kuNkulunkulu ngelizwi lentokozo.
لِأَنَّ ٱلرَّبَّ عَلِيٌّ مَخُوفٌ، مَلِكٌ كَبِيرٌ عَلَى كُلِّ ٱلْأَرْضِ. | ٢ 2 |
Ngoba iNkosi, oPhezukonke, iyesabeka, yiNkosi enkulu phezu komhlaba wonke.
يُخْضِعُ ٱلشُّعُوبَ تَحْتَنَا، وَٱلْأُمَمَ تَحْتَ أَقْدَامِنَا. | ٣ 3 |
Izakwehlisela abantu ngaphansi kwethu, lezizwe ngaphansi kwenyawo zethu.
يَخْتَارُ لَنَا نَصِيبَنَا، فَخْرَ يَعْقُوبَ ٱلَّذِي أَحَبَّهُ. سِلَاهْ. | ٤ 4 |
Izasikhethela ilifa lethu, udumo lukaJakobe emthandayo. (Sela)
صَعِدَ ٱللهُ بِهُتَافٍ، ٱلرَّبُّ بِصَوْتِ ٱلصُّورِ. | ٥ 5 |
UNkulunkulu wenyukile ngokuhlokoma, iNkosi ngokukhala kophondo.
رَنِّمُوا لِلهِ، رَنِّمُوا. رَنِّمُوا لِمَلِكِنَا، رَنِّمُوا. | ٦ 6 |
Hlabelani indumiso kuNkulunkulu, hlabelelani indumiso. Hlabelani indumiso eNkosini yethu, hlabelelani indumiso.
لِأَنَّ ٱللهَ مَلِكُ ٱلْأَرْضِ كُلِّهَا، رَنِّمُوا قَصِيدَةً. | ٧ 7 |
Ngoba uNkulunkulu uyiNkosi yomhlaba wonke; hlabelelani indumiso ngokuqedisisa.
مَلَكَ ٱللهُ عَلَى ٱلْأُمَمِ. ٱللهُ جَلَسَ عَلَى كُرْسِيِّ قُدْسِهِ. | ٨ 8 |
UNkulunkulu uyabusa phezu kwezizwe; uNkulunkulu uhlezi esihlalweni sobukhosi sobungcwele bakhe.
شُرَفَاءُ ٱلشُّعُوبِ ٱجْتَمَعُوا. شَعْبُ إِلَهِ إِبْرَاهِيمَ. لِأَنَّ لِلهِ مَجَانَّ ٱلْأَرْضِ. هُوَ مُتَعَالٍ جِدًّا. | ٩ 9 |
Iziphathamandla zabantu zibuthene ndawonye, abantu bakaNkulunkulu kaAbrahama. Ngoba izihlangu zomhlaba zingezikaNkulunkulu; uphakeme kakhulu.