< اَلْمَزَامِيرُ 141 >

مَزْمُورٌ لِدَاوُدَ يَارَبُّ، إِلَيْكَ صَرَخْتُ. أَسْرِعْ إِلَيَّ. أَصْغِ إِلَى صَوْتِي عِنْدَ مَا أَصْرُخُ إِلَيْكَ. ١ 1
Nkosi, ngiyakhala kuwe; phangisa uze kimi; beka indlebe elizwini lami lapho ngikhala kuwe.
لِتَسْتَقِمْ صَلَاتِي كَٱلْبَخُورِ قُدَّامَكَ. لِيَكُنْ رَفْعُ يَدَيَّ كَذَبِيحَةٍ مَسَائِيَّةٍ. ٢ 2
Umkhuleko wami kawumiswe njengempepha phambi kwakho, ukuphakanyiswa kwezandla zami njengomnikelo wakusihlwa.
ٱجْعَلْ يَارَبُّ حَارِسًا لِفَمِي. ٱحْفَظْ بَابَ شَفَتَيَّ. ٣ 3
Nkosi, bekela umlomo wami umlindi, gcina umnyango wendebe zami.
لَا تُمِلْ قَلْبِي إِلَى أَمْرٍ رَدِيءٍ، لِأَتَعَلَّلَ بِعِلَلِ ٱلشَّرِّ مَعَ أُنَاسٍ فَاعِلِي إِثْمٍ، وَلَا آكُلْ مِنْ نَفَائِسِهِمْ. ٤ 4
Ungaphenduleli inhliziyo yami entweni embi, ukuthi ngenze izenzo ezimbi kanye labantu abenza ububi, ngingadli ezibilibocweni zabo.
لِيَضْرِبْنِي ٱلصِّدِّيقُ فَرَحْمَةٌ، وَلْيُوَبِّخْنِي فَزَيْتٌ لِلرَّأْسِ. لَا يَأْبَى رَأْسِي. لِأَنَّ صَلَاتِي بَعْدُ فِي مَصَائِبِهِمْ. ٥ 5
Olungileyo kangitshaye ethandwenilomusa, angisole; kuzakuba ngamafutha ekhanda, ikhanda lami kalingawali, ngoba lomkhuleko wami usezakuba sezinhluphekweni zabo.
قَدِ ٱنْطَرَحَ قُضَاتُهُمْ مِنْ عَلَى ٱلصَّخْرَةِ، وَسَمِعُوا كَلِمَاتِي لِأَنَّهَا لَذِيذَةٌ. ٦ 6
Abahluleli babo baphoselwa emaceleni edwala, bazakuzwa amazwi ami ngoba amnandi.
كَمَنْ يَفْلَحُ وَيَشُقُّ ٱلْأَرْضَ، تَبَدَّدَتْ عِظَامُنَا عِنْدَ فَمِ ٱلْهَاوِيَةِ. (Sheol h7585) ٧ 7
Amathambo ethu ahlakazekile emlonyeni wengcwaba njengobandayo adabule emhlabathini. (Sheol h7585)
لِأَنَّهُ إِلَيْكَ يَا سَيِّدُ يَارَبُّ عَيْنَايَ. بِكَ ٱحْتَمَيْتُ. لَا تُفْرِغْ نَفْسِي. ٨ 8
Kodwa amehlo ami akuwe, Jehova, Nkosi; ngithembele kuwe; ungawuchayi umphefumulo wami.
ٱحْفَظْنِي مِنَ ٱلْفَخِّ ٱلَّذِي قَدْ نَصَبُوهُ لِي، وَمِنْ أَشْرَاكِ فَاعِلِي ٱلْإِثْمِ. ٩ 9
Ngigcina emandleni omjibila abangibekele wona, lezithiyo zabenzi bobubi.
لِيَسْقُطِ ٱلْأَشْرَارُ فِي شِبَاكِهِمْ حَتَّى أَنْجُوَ أَنَا بِٱلْكُلِّيَّةِ. ١٠ 10
Ababi kabawele emambuleni abo kanye, ngize ngidlule mina.

< اَلْمَزَامِيرُ 141 >