< مَرْقُس 5 >
وَجَاءُوا إِلَى عَبْرِ ٱلْبَحْرِ إِلَى كُورَةِ ٱلْجَدَرِيِّينَ. | ١ 1 |
Basebefika ngaphetsheya kolwandle, elizweni lamaGadarene.
وَلَمَّا خَرَجَ مِنَ ٱلسَّفِينَةِ لِلْوَقْتِ ٱسْتَقْبَلَهُ مِنَ ٱلْقُبُورِ إِنْسَانٌ بِهِ رُوحٌ نَجِسٌ، | ٢ 2 |
Esephumile emkhunjini, wahle wamhlangabeza umuntu ovela emangcwabeni elomoya ongcolileyo,
كَانَ مَسْكَنُهُ فِي ٱلْقُبُورِ، وَلَمْ يَقْدِرْ أَحَدٌ أَنْ يَرْبِطَهُ وَلَا بِسَلَاسِلَ، | ٣ 3 |
owayehlala emangcwabeni; njalo kwakungelamuntu owayengambopha ngitsho langamaketane,
لِأَنَّهُ قَدْ رُبِطَ كَثِيرًا بِقُيُودٍ وَسَلَاسِلَ فَقَطَّعَ ٱلسَّلَاسِلَ وَكَسَّرَ ٱلْقُيُودَ، فَلَمْ يَقْدِرْ أَحَدٌ أَنْ يُذَلِّلَهُ. | ٤ 4 |
ngoba wayebotshiwe kanengi ngezibopho langamaketane, kodwa amaketane ayeqanyulwa nguye, lezibopho zaqanyuqanyulwa; njalo kwakungekho owayengamthambisa;
وَكَانَ دَائِمًا لَيْلًا وَنَهَارًا فِي ٱلْجِبَالِ وَفِي ٱلْقُبُورِ، يَصِيحُ وَيُجَرِّحُ نَفْسَهُ بِٱلْحِجَارَةِ. | ٥ 5 |
langezikhathi zonke, ebusuku lemini, wayesezintabeni lemangcwabeni eklabalala ezisika ngamatshe.
فَلَمَّا رَأَى يَسُوعَ مِنْ بَعِيدٍ رَكَضَ وَسَجَدَ لَهُ، | ٦ 6 |
Kwathi ebona uJesu ekhatshana, wagijima wamkhonza,
وَصَرَخَ بِصَوْتٍ عَظِيمٍ وَقَالَ: «مَا لِي وَلَكَ يَا يَسُوعُ ٱبْنَ ٱللهِ ٱلْعَلِيِّ؟ أَسْتَحْلِفُكَ بِٱللهِ أَنْ لَا تُعَذِّبَنِي!». | ٧ 7 |
wamemeza ngelizwi elikhulu esithi: Ngilani lawe, Jesu, Ndodana kaNkulunkulu oPhezukonke? Ngikufungisa ngoNkulunkulu, ungangihluphi.
لِأَنَّهُ قَالَ لَهُ: «ٱخْرُجْ مِنَ ٱلْإِنْسَانِ يَا أَيُّهَا ٱلرُّوحُ ٱلنَّجِسُ». | ٨ 8 |
Ngoba wathi kuye: Phuma emuntwini, moya ongcolileyo.
وَسَأَلَهُ: «مَا ٱسْمُكَ؟». فَأَجَابَ قَائِلًا: «ٱسْمِي لَجِئُونُ، لِأَنَّنَا كَثِيرُونَ». | ٩ 9 |
Wasembuza wathi: Ibizo lakho ungubani? Wasephendula, wathi: Ibizo lami nginguLegiyoni, ngoba sibanengi.
وَطَلَبَ إِلَيْهِ كَثِيرًا أَنْ لَا يُرْسِلَهُمْ إِلَى خَارِجِ ٱلْكُورَةِ. | ١٠ 10 |
Wasemncenga kakhulu, ukuthi angabaxotsheli ngaphandle kwelizwe.
وَكَانَ هُنَاكَ عِنْدَ ٱلْجِبَالِ قَطِيعٌ كَبِيرٌ مِنَ ٱلْخَنَازِيرِ يَرْعَى، | ١١ 11 |
Kwakukhona lapho ngasezintabeni umhlambi omkhulu wengulube usidla;
فَطَلَبَ إِلَيْهِ كُلُّ ٱلشَّيَاطِينِ قَائِلِينَ: «أَرْسِلْنَا إِلَى ٱلْخَنَازِيرِ لِنَدْخُلَ فِيهَا». | ١٢ 12 |
lamadimoni wonke amncenga, athi: Sithume engulubeni, singene kuzo.
فَأَذِنَ لَهُمْ يَسُوعُ لِلْوَقْتِ. فَخَرَجَتِ ٱلْأَرْوَاحُ ٱلنَّجِسَةُ وَدَخَلَتْ فِي ٱلْخَنَازِيرِ، فَٱنْدَفَعَ ٱلْقَطِيعُ مِنْ عَلَى ٱلْجُرْفِ إِلَى ٱلْبَحْرِ. وَكَانَ نَحْوَ أَلْفَيْنِ، فَٱخْتَنَقَ فِي ٱلْبَحْرِ. | ١٣ 13 |
Njalo uJesu wahle wawavumela. Omoya abangcolileyo basebephuma bangena ezingulubeni; umhlambi wasuphaphatheka eliweni usiya olwandle; njalo zazingaba zinkulungwane ezimbili; zaminzwa olwandle.
وَأَمَّا رُعَاةُ ٱلْخَنَازِيرِ فَهَرَبُوا وَأَخْبَرُوا فِي ٱلْمَدِينَةِ وَفِي ٱلضِّيَاعِ. فَخَرَجُوا لِيَرَوْا مَا جَرَى. | ١٤ 14 |
Abazelusayo ingulube basebebaleka, bayabika emzini lemaphandleni. Basebephuma ukubona ukuthi kuyini okwenzakeleyo;
وَجَاءُوا إِلَى يَسُوعَ فَنَظَرُوا ٱلْمَجْنُونَ ٱلَّذِي كَانَ فِيهِ ٱللَّجِئُونُ جَالِسًا وَلَابِسًا وَعَاقِلًا، فَخَافُوا. | ١٥ 15 |
bafika kuJesu, bambona obengenwe ngamadimoni ehlezi egqokile eqondile, yena owayelelegiyoni; basebesesaba.
فَحَدَّثَهُمُ ٱلَّذِينَ رَأَوْا كَيْفَ جَرَى لِلْمَجْنُونِ وَعَنِ ٱلْخَنَازِيرِ. | ١٦ 16 |
Labo ababekubonile babatshela ukuthi kwenzeke njani kowayengenwe ngamadimoni, langengulube.
فَٱبْتَدَأُوا يَطْلُبُونَ إِلَيْهِ أَنْ يَمْضِيَ مِنْ تُخُومِهِمْ. | ١٧ 17 |
Basebeqala ukumncenga ukuthi asuke elizweni lakibo.
وَلَمَّا دَخَلَ ٱلسَّفِينَةَ طَلَبَ إِلَيْهِ ٱلَّذِي كَانَ مَجْنُونًا أَنْ يَكُونَ مَعَهُ، | ١٨ 18 |
Wathi engena emkhunjini, owayengenwe ngamadimoni wamncenga, ukuthi abe laye.
فَلَمْ يَدَعْهُ يَسُوعُ، بَلْ قَالَ لَهُ: «ٱذْهَبْ إِلَى بَيْتِكَ وَإِلَى أَهْلِكَ، وَأَخْبِرْهُمْ كَمْ صَنَعَ ٱلرَّبُّ بِكَ وَرَحِمَكَ». | ١٩ 19 |
Kodwa uJesu kamvumelanga, kodwa wathi kuye: Hamba uye ekhaya kwabakini, ubatshele ukuthi iNkosi ikwenzele okungakanani, ikuhawukele.
فَمَضَى وَٱبْتَدَأَ يُنَادِي فِي ٱلْعَشْرِ ٱلْمُدُنِ كَمْ صَنَعَ بِهِ يَسُوعُ. فَتَعَجَّبَ ٱلْجَمِيعُ. | ٢٠ 20 |
Wasesuka ehamba waqala ukutshumayela eDikapolisi ukuthi uJesu umenzele okungakanani; basebemangala bonke.
وَلَمَّا ٱجْتَازَ يَسُوعُ فِي ٱلسَّفِينَةِ أَيْضًا إِلَى ٱلْعَبْرِ، ٱجْتَمَعَ إِلَيْهِ جَمْعٌ كَثِيرٌ، وَكَانَ عِنْدَ ٱلْبَحْرِ. | ٢١ 21 |
UJesu esebuye wachaphela ngaphetsheya ngomkhumbi, kwabuthana kuye ixuku elikhulu, futhi wayengaselwandle.
وَإِذَا وَاحِدٌ مِنْ رُؤَسَاءِ ٱلْمَجْمَعِ ٱسْمُهُ يَايِرُسُ جَاءَ. وَلَمَّا رَآهُ خَرَّ عِنْدَ قَدَمَيْهِ، | ٢٢ 22 |
Njalo khangela, kwafika omunye wabaphathi besinagoge, uJayirosi ngebizo; embona, wawa phansi enyaweni zakhe,
وَطَلَبَ إِلَيْهِ كَثِيرًا قَائِلًا: «ٱبْنَتِي ٱلصَّغِيرَةُ عَلَى آخِرِ نَسَمَةٍ. لَيْتَكَ تَأْتِي وَتَضَعُ يَدَكَ عَلَيْهَا لِتُشْفَى فَتَحْيَا!». | ٢٣ 23 |
wamncenga kakhulu, esithi: Indodakazi yami encane isiphela; ake uze ubeke izandla phezu kwayo, ukuze isindiswe, njalo izaphila.
فَمَضَى مَعَهُ وَتَبِعَهُ جَمْعٌ كَثِيرٌ وَكَانُوا يَزْحَمُونَهُ. | ٢٤ 24 |
Wasehamba laye; ixuku elikhulu laselimlandela, lamminyezela.
وَٱمْرَأَةٌ بِنَزْفِ دَمٍ مُنْذُ ٱثْنَتَيْ عَشْرَةَ سَنَةً، | ٢٥ 25 |
Njalo owesifazana othile owayelomopho wegazi okweminyaka elitshumi lambili,
وَقَدْ تَأَلَّمَتْ كَثِيرًا مِنْ أَطِبَّاءَ كَثِيرِينَ، وَأَنْفَقَتْ كُلَّ مَا عِنْدَهَا وَلَمْ تَنْتَفِعْ شَيْئًا، بَلْ صَارَتْ إِلَى حَالٍ أَرْدَأَ. | ٢٦ 26 |
ehluphekile kakhulu kubelaphi abanengi, echithile konke ayelakho, engasizakalanga, kodwa kulokhu kumqinela,
لَمَّا سَمِعَتْ بِيَسُوعَ، جَاءَتْ فِي ٱلْجَمْعِ مِنْ وَرَاءُ، وَمَسَّتْ ثَوْبَهُ، | ٢٧ 27 |
esezwile ngoJesu, weza exukwini ngemuva, wathinta isembatho sakhe;
لِأَنَّهَا قَالَتْ: «إِنْ مَسَسْتُ وَلَوْ ثِيَابَهُ شُفِيتُ». | ٢٨ 28 |
ngoba wathi: Aluba ngithinta izembatho zakhe nje, ngizasindiswa.
فَلِلْوَقْتِ جَفَّ يَنْبُوعُ دَمِهَا، وَعَلِمَتْ فِي جِسْمِهَا أَنَّهَا قَدْ بَرِئَتْ مِنَ ٱلدَّاءِ. | ٢٩ 29 |
Futhi wahle woma umthombo wegazi lakhe, wasesizwa emzimbeni ukuthi usilile esifweni.
فَلِلْوَقْتِ ٱلْتَفَتَ يَسُوعُ بَيْنَ ٱلْجَمْعِ شَاعِرًا فِي نَفْسِهِ بِٱلْقُوَّةِ ٱلَّتِي خَرَجَتْ مِنْهُ، وَقَالَ: «مَنْ لَمَسَ ثِيَابِي؟». | ٣٠ 30 |
Njalo uJesu wahle wazi phakathi kwakhe ukuthi amandla aphumile kuye, watshibilika esexukwini, wathi: Ngubani othinte izembatho zami?
فَقَالَ لَهُ تَلَامِيذُهُ: «أَنْتَ تَنْظُرُ ٱلْجَمْعَ يَزْحَمُكَ، وَتَقُولُ: مَنْ لَمَسَنِي؟». | ٣١ 31 |
Abafundi bakhe basebesithi kuye: Uyabona ixuku likuminyezela, kodwa uthi: Ngubani ongithintileyo?
وَكَانَ يَنْظُرُ حَوْلَهُ لِيَرَى ٱلَّتِي فَعَلَتْ هَذَا. | ٣٢ 32 |
Wasethalaza ukuthi ambone owenze lokhu.
وَأَمَّا ٱلْمَرْأَةُ فَجَاءَتْ وَهِيَ خَائِفَةٌ وَمُرْتَعِدَةٌ، عَالِمَةً بِمَا حَصَلَ لَهَا، فَخَرَّتْ وَقَالَتْ لَهُ ٱلْحَقَّ كُلَّهُ. | ٣٣ 33 |
Kodwa owesifazana esesaba ethuthumela, ekwazi okwenzekileyo kuye, weza wawa phambi kwakhe, wamtshela iqiniso lonke.
فَقَالَ لَهَا: «يَا ٱبْنَةُ، إِيمَانُكِ قَدْ شَفَاكِ، ٱذْهَبِي بِسَلَامٍ وَكُونِي صَحِيحَةً مِنْ دَائِكِ». | ٣٤ 34 |
Wasesithi kuye: Ndodakazi, ukholo lwakho lukusindisile; hamba ngokuthula, siliswa esifweni sakho.
وَبَيْنَمَا هُوَ يَتَكَلَّمُ جَاءُوا مِنْ دَارِ رَئِيسِ ٱلْمَجْمَعِ قَائِلِينَ: «ٱبْنَتُكَ مَاتَتْ. لِمَاذَا تُتْعِبُ ٱلْمُعَلِّمَ بَعْدُ؟». | ٣٥ 35 |
Esakhuluma, kwafika abanye bomphathi wesinagoge, bathi: Indodakazi yakho isifile; usamkhathazelani uMfundisi?
فَسَمِعَ يَسُوعُ لِوَقْتِهِ ٱلْكَلِمَةَ ٱلَّتِي قِيلَتْ، فَقَالَ لِرَئِيسِ ٱلْمَجْمَعِ: «لَا تَخَفْ! آمِنْ فَقَطْ». | ٣٦ 36 |
Kwahle kwathi uJesu esizwa ilizwi elikhulunywayo wathi kumphathi wesinagoge: Ungesabi, kholwa kuphela.
وَلَمْ يَدَعْ أَحَدًا يَتْبَعُهُ إِلَّا بُطْرُسَ وَيَعْقُوبَ، وَيُوحَنَّا أَخَا يَعْقُوبَ. | ٣٧ 37 |
Futhi kavumelanga muntu ukuthi amlandele, ngaphandle kukaPetro loJakobe loJohane umfowabo kaJakobe.
فَجَاءَ إِلَى بَيْتِ رَئِيسِ ٱلْمَجْمَعِ وَرَأَى ضَجِيجًا. يَبْكُونَ وَيُوَلْوِلُونَ كَثِيرًا. | ٣٨ 38 |
Wafika-ke endlini yomphathi wesinagoge, wabona isiphithiphithi, labakhalayo labalilayo kakhulu,
فَدَخَلَ وَقَالَ لَهُمْ: «لِمَاذَا تَضِجُّونَ وَتَبْكُونَ؟ لَمْ تَمُتِ ٱلصَّبِيَّةُ لَكِنَّهَا نَائِمَةٌ». | ٣٩ 39 |
esengenile wathi kubo: Liphithizelelani, likhala? Umntwana kafanga, kodwa ulele.
فَضَحِكُوا عَلَيْهِ. أَمَّا هُوَ فَأَخْرَجَ ٱلْجَمِيعَ، وَأَخَذَ أَبَا ٱلصَّبِيَّةِ وَأُمَّهَا وَٱلَّذِينَ مَعَهُ وَدَخَلَ حَيْثُ كَانَتِ ٱلصَّبِيَّةُ مُضْطَجِعَةً، | ٤٠ 40 |
Basebemhleka usulu. Kodwa yena, esebakhuphile bonke, wathatha uyise womntwana omncane lonina lalabo ababelaye, wangena lapho okwakulele khona umntwana omncane.
وَأَمْسَكَ بِيَدِ ٱلصَّبِيَّةِ وَقَالَ لَهَا: «طَلِيثَا، قُومِي!». ٱلَّذِي تَفْسِيرُهُ: يَا صَبِيَّةُ، لَكِ أَقُولُ: قُومِي! | ٤١ 41 |
Wabamba isandla somntwana omncane, wathi kuye: "Thalitha, kumi"; okuyikuthi ngokuphendulelwa: Wena ntombazana encane, ngithi kuwe, vuka.
وَلِلْوَقْتِ قَامَتِ ٱلصَّبِيَّةُ وَمَشَتْ، لِأَنَّهَا كَانَتِ ٱبْنَةَ ٱثْنَتَيْ عَشْرَةَ سَنَةً. فَبُهِتُوا بَهْتًا عَظِيمًا. | ٤٢ 42 |
Njalo yahle yavuka intombazana encane, yahamba, ngoba yayileminyaka elitshumi lambili; basebesanganiseka ngokusanganiseka okukhulu.
فَأَوْصَاهُمْ كَثِيرًا أَنْ لَا يَعْلَمَ أَحَدٌ بِذَلِكَ. وَقَالَ أَنْ تُعْطَى لِتَأْكُلَ. | ٤٣ 43 |
Wasebalayisisa kakhulu ukuthi lokhu kungaziwa muntu; wathi kayinikwe ukudla.